Skip to main content

Kwa-Zulu Natal Department of Education

Kwa-Zulu-Natal-Education-logo
sa_flag ndp_2030
Banner-01
Banner-01
previous arrow
next arrow

KwaZulu-Natal Department of Education: To facilitate quality teaching and learning in a conductive classroom environment everyday.

OSS / DDM Cabinet Day eMgungundlovu District

BUKELA | Uhulumeni waKwaZulu-Natal ngaphansi kobuholi bukaNdunankulu Thami Ntuli uvakashele iSifunda uMgungundlovu ngaphansi kohlelo lukaSukuma Sakhe.

UNgqongqoshe wezeMfundo, Sipho Hlomuka, kanye neNhloko yoMnyango wePublic Works, Vish Govender, bavakashele eMadlanyoka High School, eWard 5 ngaphansi kukaMasipala waseRichmond.

Kubanjwe umhlangano nezikhulu zikahulumeni lapho kwethulwe khona imibiko yeWard neyesikole. Ithimba liphinde labheka umsebenzi wokwakha oqhubekayo esikoleni, okulindeleke ukuthi uphele maduze.

Indawo: Madlanyoka High School

Usuku: 04 March 2026

 

#KZNDOE

#PublicWorks

#SukumaSakhe

#CabinetDay

#uMgungundlovu

#MadlanyokaHighSchool

#ServiceDelivery

wpChatIcon
wpChatIcon