Operation Siyahlola, Vimbukhalo Primary School
BUKA | UMnumzane Sipho Hlomuka umphathiswa wezeMfundo KwaZulu-Natal, ethula inkulumo emfushane ohlelweni Operation Siyahlola.
“Kufanele silujabulele lolusuku lwanamhlanje lokuzobuka ukuthi umsebenzi owenziwa uhulumeni usuhambe kanganani,” kubeka uHlomuka.
Indawo: Vimbukhalo Primary School, uThukela5.
Usuku: 04 Ncwaba 2025.










